8 results found for: “Albert_Einstein”.

Request time (Page generated in 0.4073 seconds.)

Ibane

eminyakeni eyishumi yokuqala yekhulu lama-20 ngomsebenzi owawenziwa ngu-Albert Einstein, owakade akhela phezu kocwaningo luka-Max Planck. Ngesikhathi ezama...

Last Update: 2024-08-20T13:25:38Z Word Count : 221

View Rich Text Page View Plain Text Page

Imfundondalo

- Marie Curie - Charles Darwin - Rene Descartes - Thomas Edison - Albert Einstein - Michael Faraday - Benjamin Franklin - Sigmund Freud - Galileo Galilei...

Last Update: 2022-01-24T16:00:09Z Word Count : 105

View Rich Text Page View Plain Text Page

UmNyondo

uchaziswa ngokunembile ngumbonosu wobucakatho jikelele (ophakanyiswe ngu-Albert Einstein ngowe-1915), ochazisa umnyondo njengenkumbela yomkhathinkathi, hhayi...

Last Update: 2023-12-16T16:32:00Z Word Count : 408

View Rich Text Page View Plain Text Page

Umchazazibalo

sokwenzeka esingakwazi ukuba enye into ngaphandle kwaso kuphela ngqo!" uAlbert Einstein (1879 - 1955) wabeka wathi, "Ngakuba imithetho yomchazazibalo isho...

Last Update: 2024-02-05T04:35:01Z Word Count : 198

View Rich Text Page View Plain Text Page

Umfundindalo

U-Albert Einstein, umfundindalo obalulekile ekhulwini lama-20 owasungula umbono wocangathana kanye nezingxenye zokuqala zombono womngako....

Last Update: 2023-10-29T12:22:56Z Word Count : 0

View Rich Text Page View Plain Text Page

USophia (robot)

Robotics.Amarobhothi akanye noHanson ngu-Alice, Albert Einstein Hubo, BINA48, Han, Jules, Professor Einstein, Philip K. Dick Android, Zeno, noJoey Chaos....

Last Update: 2021-07-19T21:51:34Z Word Count : 793

View Rich Text Page View Plain Text Page

Inkolo

kuyabuyekezwa, njengamamodeli wesayensi. Ngokuphathelene nenkolo nesayensi, u-Albert Einstein uthi (1940): "Ngoba isayensi ingathola kuphela ukuthi yini, kepha hhayi...

Last Update: 2021-07-26T13:34:59Z Word Count : 997

View Rich Text Page View Plain Text Page

Basiswar Sen

nengxoxo ngempilo kaRamakrishna noVivekananda naye. Wahlangana no- Albert Einstein ngo-1930 eBerlin futhi waba nezingxoxo ngeSayensi Nezenkolo. Ngo-1924...

Last Update: 2021-12-04T16:51:05Z Word Count : 751

View Rich Text Page View Plain Text Page

Main result

Ibane

Ibane liyinhlayiyana eyisisekelo eyinani lewonga, okuhlanganisa nemiyonzi yenzubawonga efana namaza okukhanya kanye namaza womsakazo, kanye nesithwali siphoqi sesiphoqi senzubawong. Amabane ayizinhlayiyana ezifufukisa ukukhanya. Ngamanye amazwi, ukukhanya buthwalwa amabane lapho buhamba emkhathini. Kwezokuguxazela kohoyana ibane ngalinye linesici sesidlakalasi yohoyana esincike emjingeni: Ibane eliyamaniswa nokukhanya emjingeni ophezulu lizoba nesidlakalasi esiningi (futhi lizoyamaniswa nokukhanya kubangacuphi elifuphi). Njengezinye ezinhlayiyana eziyisiseko, amabane achazwa ingqanda kwezokuguxazela kohoyana futhi akhipha ububili benhlayiyana-liza, ukusho ukuthi ukucondoza kwawo kunolwangu lwezakhi zakho kokubili izinhlayiyana namaza. Isicabango sanamuhla sebane sadabuka eminyakeni eyishumi yokuqala yekhulu lama-20 ngomsebenzi owawenziwa ngu-Albert Einstein, owakade akhela phezu kocwaningo luka-Max Planck. Ngesikhathi ezama ukuchaza ukuthi kuza kanjani ukuba uTho nemiyonzi yenzubawonga zibe sekulinganeni komchadamezo (thermal equilibrium) ndawonye, u-Planck waphakamisa ukuthi isidlakathi esigcinwe ngaphakathi kwesithako kufanele sithathwe njengesakhiwa izingxenye ezilingana ubungako, ezilubandlu. Ukuze achaze umthelela wenzubabane, u-Einstein wavela nesu lokuthi ukukhanya ngokwako kwakhiwa izingxenye ezincane zesidlakathi. Ngokomphumela eminye imigcanso eminingi yaqinisekisa incazelo ka-Einstein. KuNongo oluyiNdinganiso lomchazandalo wezinhlayiyana, amabane nezinye izinhlayiyana eziyisisekelo achaziswa njengomphumela oyindingeko wemithetho yendalo onesilinganiso esithile emkhathini. Izakhi eziyizakhi eziyingxenye yezinhlayiyana, ezifana nomlelesa, isisindo nokumpimpiliza, zinqunywa umlinganiso (guage symmetry). Isicabango sebane siye saholela ekuphuculweni kweqophelo eliphezulu lomchazandalo wemigcanso nemibono, kuhlanganisa izicwazi, imijiyo kaBose-Einstein, umbono wenkundla yomngako, nokuhlakahlwa ngamanani kwezobunguxa yomngako. Ngaphezu kwalokho amabane sewacwaningwe njengezinhlwa zezicikizi zomngako, nasekuswtshenzisweni ekufaniseni ngokukhanya (optical imaging) nasekuxhumaneni ngokukhanya okufana nomchazanyandla wokukhanya ( quantum cryptography).


Developed by StudentB